Mashi 25-31
IHUBO 22
Ingoma 19 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. IBhayibheli Labikezela Imininingwane Ephathelene Nokufa KukaJesu
(10 imiz.)
Kwakuyobonakala sengathi uNkulunkulu umshiyile uJesu (Hu 22:1; w11 8/15 15 ¶16)
UJesu wayeyothukwa abantu (Hu 22:7, 8; w11 8/15 15 ¶13)
Kwakuyohlukaniswa izingubo zikaJesu ngenkatho (Hu 22:18; w11 8/15 15 ¶14; bheka isithombe esisekhasini 1)
ZIBUZE, ‘IHubo 22 liluqinisa kanjani ukholo lwami ekutheni nezinye iziprofetho zikaMesiya ziyogcwaliseka ngokuphelele, njengombhalo kaMika 4:4?’
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
Hu 22:22—Yiziphi izindlela ezimbili esingamlingisa ngazo umhubi namuhla? (w06 11/1 29 ¶7; w03 9/1 20 ¶1)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 22:1-19 (th isifundo 2)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) ENDLINI NGENDLU. (lmd isifundo 4 iphuzu 4)
5. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Phinde ukhulume nomuntu owazana naye ovumile ukuthi uzoba khona eSikhumbuzweni. (lmd isifundo 4 iphuzu 3)
6. Inkulumo
(5 imiz.) w20.07 12-13 ¶14-17—Isihloko: Indlela Isiprofetho SeBhayibheli Esakha Ngayo Ukholo Oluqinile. (th isifundo 20)
Ingoma 95
7. Izidingo Zebandla
(15 imiz.)
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 7 ¶14-18, amabhokisi ek. 57-58