Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Simunye

Simunye
  1. 1. Konakel’ emhlabeni, nom’ ukuphi.

    Alukh’ ubumbano bo, kunzima.

    Sahluphek’ isintu, s’lwel’ ushintsho

    Njengabathemb’ uJah, silinda yena.

    (PRE-CHORUS)

    Masibambelel’ eZwini

    Singabi ingxenye yezwe

    (CHORUS)

    Uthando kukho konk’ es’kwenzayo.

    Simemezele uMbuso,

    Sizwe uthando lobuzalwane.

    Nakuba sehlukene,

    Simunye kuJehova.

  2. 2. Ungahamb’ amazwe, naphesheya,

    Kubantu bakaJah, sithol’ imndeni.

    Unganokwesaba, l’khon’ ithemba—

    Ipharadesi l’yeza nokuthula.

    (PRE-CHORUS)

    Masithembe iZwi lakhe

    Singabi ingxenye yezwe

    (CHORUS)

    Uthando kukho konk’ es’kwenzayo.

    Simemezele uMbuso,

    Sizwe uthando lobuzalwane.

    Nakuba sihlukene,

    Simunye kuJehova.

    Simunye

    (PRE-CHORUS)

    Masithembe iZwi lakhe

    Singabi ingxenye yezwe

    (CHORUS)

    Uthando kukho konk’ es’kwenzayo.

    Simemezele uMbuso,

    Sizwe uthando lobuzalwane.

    Nakuba sihlukene,

    KuJehova s’thanda konke thin’ es’kwenzayo

    Simemezele uMbuso,

    Sizwe uthando lobuzalwane.

    Nakuba sihlukene,

    Simunye ngoJehova,

    Simunye, simunye Simunye,

    Simunye.