“Yilwa Ukulwa Okuhle Kokholo”
Dawuniloda:
1. Ubunzima buyafika.
Impi ngaphakathi kimi wooo.
Ngizizwa ngishiywe dengwane.
Ngibubul’ imihla ngemihla.
(PRE-CHORUS)
Makunzima uyang’bona.
Mangiphansi ng’yazi mangenzeni.
Ngiding’ iZwi lakhe.
Ng’yamuzwa uJehova ethi:
(CHORUS)
‘Linda isikhashana,
Izinyembezi ziyosulwa.
Kuzoba iskhashana,
Nal’ izwe lisha
Bambelel’ uqine
Uzoy’nqoba lempi—
yilwa.
Ngizok’siza nje’
2. Ukufund’ iZwi kungamandla
Uyisiphephelo la kunzima
(PRE-CHORUS)
Makunzima uyang’hola.
Mangiphansi ng’yazi mangenzeni.
Ngiding’ iZwi lakhe.
Ng’yamuzw’ uJehova ethi:
(CHORUS)
‘Linda isikhashana,
Izinyembezi ziyosulwa.
Kuzoba isikhashana
Nal’ izwe lisha
Bambelel’ uqine
Uzoy’nqoba lempi—
yilwa.
Ngizok’siza nje.
Uzoy’nqoba lempi.
Ngizokusiza ulwe.’
(BRIDGE)
‘Ng’zokusiz’ unqobe,
Udle ubhedu,
Unqobe le mpi.’
(CHORUS)
‘Linda isikhashana,
Izinyembezi ziyosulwa.
Kuzoba is’khashana
Nal’ izwe lisha
Bambelel’ uqine
Uzoy’nqoba lempi.’