PHAPHAMA! Julayi 2009

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kunjani Ukucindezeleka?

Sonke silwa nemizwa yokudabuka ngezikhathi ezithile. Kodwa kunjani ukuba nesifo sokucindezeleka?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela Yokwelapha Ukucindezeleka

Funda ngezinye izindlela zokwelashwa kanye nezingqinamba abavame ukubhekana nazo abantu abacindezelekile.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Usizo Oluvela ‘KuNkulunkulu Wenduduzo’

UNkulunkulu uyazi ukuthi yini ebangela ukucindezeleka futhi uyazi ukuthi angabasiza kanjani abanale nkinga ukuba babhekane nayo ngokuphumelelayo. Ulungiselele induduzo ngeZwi lakhe.