PHAPHAMA! Agasti 2013 | Ungaphila Isikhathi Eside Kangakanani?

Abantu abaningi bacabanga ukuthi isayensi nobuchwepheshe bezokwelapha kuyisihluthulelo sokuphila isikhathi eside. Ingabe ososayensi bayoke bayithole indlela yokwenza abantu baphile phakade?

Ukubuka Okwezwe

Izihloko zihlanganisa: Ukudlondlobala kukamalaleveva eGreece, omama abangashadile eChina, ukuzibulala kwamasosha e-U.S.A., nokunye.

USIZO LOMNDENI

Lapho Ingane Yakho Esithombile Izilimaza

Abanye abasebasha bazilimaza ngenhloso. Ubangelwa yini lo mkhuba? Ungayisiza kanjani ingane yakho?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ungaphila Isikhathi Eside Kangakanani?

Ukwazi isizathu sokuthi kungani siguga futhi sifa kuyisisekelo sokuqonda ukuthi singaphila isikhathi eside kangakanani.

INGXOXO NOTHILE

Udokotela Wamathambo Uchaza Ngokholo Lwakhe

UDkt. u-Irène Hof Laurenceau uchaza okwamenza waba ngomunye woFakazi BakaJehova.

Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?

Ingabe isonto lakho lifundisa ngoZiqu-zintathu? Ingabe iSivumo Sokholo SaseNicaea siyakuthinta namuhla?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Utshwala

Funda ngendlela izimiso zeBhayibheli ezingakusiza ngayo ukuba ube nombono olinganiselayo ngotshwala.

INGABE KWAKLANYWA?

Indlela Yokundiza Eyonga Amandla Ye-Wandering Albatross

Thola ukuthi le nyoni ikwazi kanjani ukundiza amahora amaningi ingawashayanga ngisho nakanye amaphiko ayo!

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Kungani Ngizisika?

Ukuzilimaza kuyinkinga kubantu abaningi abasha. Uma uthambekele kulo mkhuba, ungaluthola kanjani usizo?

Abalingiswa BaseBhayibhelini AbanjengoJosefa

Zithathele futhi uprinte lo msebenzi bese uzama ukubonisa izinto uJosefa afana ngazo nabanye abalingiswa abahlanu baseBhayibhelini.