PHAPHAMA! Disemba 2013 | Ungayethemba Yini Imithombo Yezindaba?

Abantu abaningi bayazingabaza izindaba abazifunda emaphepheni nabazilalelayo. Funda ukuthi ungakuhlakulela kanjani ukungakholelwa yizo zonke izinto ozizwayo, kuyilapho ulondoloza umbono ovulekile.

Ukubuka Okwezwe

Okukhulunywa ngakho kuhlanganisa: Abafuna umsebenzi abaneziqu eziphakeme ngokweqile, izinkinga zokuphefumula, abahamba ngezinyawo abasuke benganakile, nokunye okuningi.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ungayethemba Yini Imithombo Yezindaba?

Thola ukuthi unganquma kanjani ukuthi lokho okufundayo nokuzwa ezindabeni ungakwethemba yini.

AMAZWE NABANTU

Ukuvakashela EBrazil

IBrazil ithatha indawo ecishe ibe yisigamu sezwekazi laseNingizimu Melika. Funda ngomlando wamasiko ahlukahlukene ase-Brazil.

UMBONO WEBHAYIBHELI

UJesu

Ingabe UJesu UnguNkulunkulu? Wazalwa nini uJesu? Ingabe wabuye waphila ngemva kokufa?

USIZO LOMNDENI

Indlela Yokuba Isilaleli Esihle

Ukulalela okuqotho akugcini nje ngokuba isenzo, kodwa kuwukubonisa uthando. Funda indlela yokuba isilaleli esihle.

Ukwembulwa Kwemfihlo Yovemvane

Izingqapheli zaseBrithani bezilokhu zibabaza lezi zimvemvane ezimibalabala. Abacwaningi muva nje bembule imfihlo yokunyamalala kwazo minyaka yonke.

Uhlu Lwezikhombo Ze-Phaphama! Ka-2013

Uhlu lwazo zonke izihloko ze-Phaphama! ezanyatheliswa ngo-2013 oluhlelwe ngokwezihlokwana.

INGABE KWAKLANYWA?

Ikhono Lokugcina Ukwaziswa Le-DNA

I-DNA iye yabhekwa njengenqolobane egcina ukwaziswa enkulu kunazo zonke. Funda ukuthi kungani.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ngenzenjani Uma Abantu Behleba Ngami?

Ungayisingatha kanjani inhlebo ukuze ingakulimazi noma yone idumela lakho?

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Yocansi?

Ingabe uphoqelelwa ukuba uthumele izithombe zobulili? Iyini imiphumela yokuthumelelana izithombe zobulili? Ingabe kumane kuwukudlala ngothando okungenabo ubungozi?

UFaro Uphakamisa UJosefa

Qedela lesi sifundo sezithombe bese uthola ukuthi kungani kwakungase kube nzima ngabafowabo bakaJosefa ukuba bambone.