PHAPHAMA! Agasti 2015 | Amangqamuzana Akho—Imitapo Ephilayo!

Ukutholakala kwendlela i-DNA eyakheke ngayo kube into ebaluleke kakhulu ekuqondeni kwethu okungokwesayensi ukuphila.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Amangqamuzana Akho​—Imitapo Ephilayo!

Yini engaholela ososayensi abahlonishwayo ekutheni balahle inkolelo yabo ngokuziphendukela kwemvelo?

USIZO LOMNDENI

Ukufundisa Izingane Ukuzithiba

Ukunika izingane zakho noma yini eziyifunayo kungaziphuca okuthile okukhulu nakakhulu.

Imfundo YeBhayibheli Ikhuthaza Ukufunda Nokubhala

UJosefina wayeneminyaka engu-101 lapho ebhalisa kuleli kilasi eliqhutshwa oFakazi BakaJehova. Kwamhambela kanjani?

UMBONO WEBHAYIBHELI

Ukubekezelelana

Ingabe iBhayibheli libeke imingcele yokubekezelelana?

Wanamathela Ezinkolelweni Zakhe

USong Hee Kang wabhekana ngokuphumelelayo ngesimo sempilo esasisongela ukuphila kwakhe lapho eneminyaka engu-14.

INGABE KWAKLANYWA?

Amagiya Entethe I-Issus

Adlala indima enkulu ekhonweni lalesi sinambuzane lokugxuma ngamandla nangendlela ehlelekile.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Intsha Ikhuluma Ngendlela Yokuphila Enempilo

Ingabe ukuthola kunzima ukudla ngendlela efanele nokuvivinya umzimba? Kule video intsha ikhuluma ngalokho ekwenzayo ukuze ihlale inempilo enhle.

Lalela Abazali Bakho

Kungani kubalulekile ukulalela abazali? Bukela le video uthole impendulo noKhwezi.