PHAPHAMA! No. 3 2018 | Usizo Kwabasosizini Lokushonelwa
Singalutholaphi usizo lokubhekana nosizi lokushonelwa?
Izihloko ezikulo magazini zikhuluma ngalokho ongakulindela lapho ushonelwa umuntu omthandayo, nezinto ezingakusiza ukwazi ukubhekana nakho.
Ubuhlungu Bokushonelwa
Zimbalwa izinto ezibuhlungu ukwedlula ukushonelwa umuntu oshade naye, isihlobo noma umngane omthandayo. Yizwa ukuthi bathini ochwepheshe nabathile abaye babhekana nalobu buhlungu.
Ongakulindela
Yiziphi izinkinga nemizwa umuntu angase alindele ukubhekana nayo lapho eshonelwe umuntu amthandayo?
Ukubhekana Nosizi Lokushonelwa—Ongakwenza
Abaningi bathathe izinyathelo ezibasize bakwazi ukubhekana nosizi lokushonelwa.
Usizo Olungcono Kakhulu Kulabo Abashonelwe
IBhayibheli linganika labo abashonelwe usizo olulwedlula lonke olunye.
Kulo Magazini: Usizo Kwabasosizini Lokushonelwa
Le Phaphama! inezihloko ezithathwe eBhayibhelini ezingasiza futhi ziduduze abashonelwe.