INQABAYOKULINDA Novemba 2012 | Yini Ongathanda Ukuyibuza UNkulunkulu?

Hlola izimpendulo zeBhayibheli zemibuzo emithathu evamile: Ingabe ukuphila kunenjongo? Kwenzekani lapho sifa? Kungani uNkulunkulu evumela ukuhlupheka?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Kufanele Sifune Izimpendulo KuNkulunkulu?

Zingazitholaphi izimpendulo ezigculisayo ngemibuzo ebalulekile yokuphila? Singazifuna yini izimpendulo kuNkulunkulu?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Umbuzo 1: Ingabe Ukuphila Kwami Kunenjongo?

Abantu abaningi bacabanga ukuthi ukuba nemali nodumo kuyizinto ezibaluleke kakhulu ekuphileni kodwa kunokuthile okubaluleke nakakhulu.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Umbuzo 2: Kuzokwenzekani Uma Ngifa?

Abantu abaningi bayakwesaba lokho okwenzekayo ngemva kokufa. Thola lokho iBhayibheli elikufundisayo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Umbuzo 3: Kungani UNkulunkulu Evumela Ukuba Ngihlupheke?

IBhayibheli likusho ngokucacile ukuthi akufanele sisole uNkulunkulu ngokuhlupheka okukhona. Pho, kungani abantu abangenacala behlupheka?

IBhayibheli Lishintsha Ukuphila

Kwenzeka kanjani ukuba owesifazane onomsebenzi omuhle, umgembuli nendoda eyayidumazekile bathole injabulo yangempela?

Ingabe Bewazi?

Hlobo luni lwamapeni noyinki okwakusetshenziswa ngezikhathi zeBhayibheli? Hlobo luni lwamatende olwalenziwa umphostoli uPawulu?

FUNDISWA YIZWI LIKANKULUNKULU

Ingabe UNkulunkulu Uzomisa Uhulumeni Ozobusa Umhlaba Wonke?

Izinkinga zabantu ngokuvamile zigcwele umhlaba wonke. Ingabe umbusi ozobusa umhlaba wonke angaba nekhambi?

IZINDLELA ZOKWENZA UMNDENI UJABULE

Ukubhekana Nezikweletu

Yini umndeni ongayenza lapho kubonakala kungenakwenzeka ukuphuma ezikweletini?

SONDELA KUNKULUNKULU

“Yini UJehova Ayicela Kuwe?”

UNkulunkulu ulindeleni kulabo abafuna ukumkhulekela? Ingabe abantu abangaphelele bangamjabulisa uNkulunkulu?

IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI BALO MAGAZINI

Ingabe Inkolo Iwuhlobo Oluthile Lokuzikhohlisa?

Kunokuba lisikhuthaze ukuba sibe nokholo lokuthatheka, iBhayibheli lisinxusa ukuba sisebenzise amandla ethu okuqonda futhi sicabangele ubufakazi.

Izifundo Engizithole EBhayibhelini

Ubani owenza imvula? Kungani siyidinga? Sebenzisa le ngxenye yezifundo eziseBhayibhelini ukuze ufundise izingane zakho ngoNkulunkulu nangezinto azidalile.

Ukuphila Ngezikhathi ZeBhayibheli​—Umalusi

Iziphi izilwane umalusi ayezinakekela? Umsebenzi wakhe wawuhlanganisani?

INkantolo YaseYurophu Isekela Ilungelo Lokungayi Empini Ngenxa Kanembeza

Funda ngesinqumo esiyingqophamlando manje esesizosetshenziswa kwamanye amazwe aseYurophu.