INQABAYOKULINDA Septhemba 2013 | Kungani Kunokuhlupheka Okungaka? Kuyophela Nini?

Lithini iBhayibheli ngokuhlupheka futhi kuyophela nini?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kufa Abantu Abaningi Abangenacala!

Sibona ukuhlupheka okuningi emhlabeni, ngokuvamile ngaphandle kwesizathu. Ingabe kufanele kusolwe uNkulunkulu?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kungani Kunokuhlupheka Okungaka?

Bona izimbangela zangempela ezinhlanu zokuhlupheka namuhla bese uthola umthombo wangempela wethemba.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ukuphela Kokuhlupheka Kuseduze!

UNkulunkulu uthembisa ukuqeda zonke izimbangela zokuhlupheka. Uyokwenza kanjani futhi nini lokhu?

INDABA YOKUPHILA

Sasihlupheka Ngokwenyama Kodwa Sicebile Ngokomoya

U-Alexander Ursu wazibonela mathuba ukuthi intuthuko engokomoya ngeke yavinjwa, ngisho nasemazweni ayeyiSoviet Union. Funda indaba yakhe emnandi.

Ingabe Izilimi Zethu Zavela “EMbhoshongweni waseBhabhele”?

Uyini uMbhoshongo waseBhabhele? Zivelaphi ngempela izilimi zabantu?

SONDELA KUNKULUNKULU

“UNkulunkulu Uthanda Umuphi Onamileyo”

Thola ukuthi kungani isisusa sibaluleke kangaka lapho kuziwa endabeni yokupha.

FUNDISA IZINGANE ZAKHO

UNkulunkulu Uyabuzwa Ubuhlungu—Indlela Esingamjabulisa Ngayo

Bewazi ukuthi ungayithinta indlela uJehova azizwa ngayo? Funda ukuthi izenzo zika-Adamu no-Eva zamzwisa kanjani uJehova ubuhlungu.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Iseluleko seBhayibheli sokwakha umshado ojabulisayo siyasebenza ngoba sivela kuMsunguli womshado, uJehova uNkulunkulu.

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Umsebenzi WoFakazi BakaJehova Usekelwa Kanjani Ngokwezimali?

Siyazigwema izindlela eziningi ezisetshenziswa amasonto.