INQABAYOKULINDA Septhemba 2014 | Ingabe Abantu Bazowonakalisa Ngokuphelele Umhlaba?

Singakugwema kanjani ukwenza umonakalo ongenakulungiseka emhlabeni?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Abantu Bazowonakalisa Ngokuphelele Umhlaba?

IBhayibheli alibikezelanga ngokonakaliswa komhlaba kwamanje kuphela, labikezela nokuthi kwakuyoholela kuphi.

Ingabe UMthetho KaNkulunkulu Owanikwa Ama-Israyeli Wawunobulungisa Futhi Ungenzeleli?

Izimiso ezine eziyinhloko ezaziqondisa abahluleli bakwa-Israyeli.

INDABA YOKUPHILA

Ukuphila Okwanelisayo Kokukhonza UNkulunkulu

Eminyakeni engu-65 edlule, uPeter Carrbello wathola iqiniso elashintsha ukuphila kwakhe.

I-Syriac Peshitta—Ukuqonda Umlando Wezinguqulo ZeBhayibheli Zokuqala

Leli Bhayibheli lasendulo linikeza ubufakazi bokuthi amaBhayibheli anamuhla anamavesi ayengekho emibhalweni yokuqala.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ingabe kufanele sithandaze sicele usizo ezingelosini?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Uyini UMbuso KaNkulunkulu?

Cabangela isizathu esenza uMbuso kaNkulunkulu ube ngcono kunabo bonke abanye ohulumeni.