INQABAYOKULINDA Novemba 2014 | Ingabe USathane Ungokoqobo?

Uma kuwukuthi uSathane akekho, labo abamesabayo badukisiwe. Kodwa uma uSathane engumkhohlisi oyiqili, kusho ukuthi uyingozi kakhulu kunalokho abantu abaningi abakucabangayo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ukhona Yini USathane?

Ingabe uSathane uwuphawu lobubi, noma ungumuntu ongumoya?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe USathane Umane Nje Uwuphawu Lobubi?

Ukulandisa okubili kweBhayibheli kuphendula le mibuzo ngokucacile.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Kufanele Simesabe USathane?

UNkulunkulu ukwenzele amalungiselelo amane angakuvikela ekuhlaselweni uSathane.

INGXOXO NOMAKHELWANE

UMbuso KaNkulunkulu Waqala Nini Ukubusa? (Ingxenye 2)

Isiprofetho seBhayibheli sawusho ngokuqondile unyaka okwakuyokwenzeka ngawo lokhu.

LINGISA UKHOLO LWABO

“Ngingabenza Kanjani Lobu Bubi Obukhulu Kangaka?”

UJosefa wayenqaba kanjani imizamo yomkaPotifari owayezimisele ukumyenga?

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ukuvusa kukaJesu abantu kunikeza buphi ubufakazi ngokuphathelene nezithembiso zakhe zekusasa?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe UNkulunkulu Wadala UDeveli?

Wavelaphi uDeveli? Funda ukuthi kungani uJesu athi ngoSathane “akazange ame aqine eqinisweni.”