INQABAYOKULINDA Disemba 2015 | Ungakwazi Ukuliqonda IBhayibheli
Ingabe wake wazibuza, ‘Kungani kunzima ukuliqonda iBhayibheli?’
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Kungani Kufanele Uliqonde IBhayibheli?
Abantu abaningi bayayihlonipha le ncwadi engcwele kodwa abayiqapheli indlela engabazuzisa ngayo.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Incwadi Okufanele Iqondwe
Amaphuzu amane afakazela ukuthi iBhayibheli lihloselwe ukuba liqondwe yibo bonke abantu.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ukuthola Usizo Lokuqonda IBhayibheli
Uma iBhayibheli lihloselwe ukuba liqondwe, kungani kudingeka uthole usizo lokuliqonda?
Ubuzenzisi! Ingabe Buyoke Buphele?
Ingabe ubuzenzisi bukwenze waxwaya ezombusazwe, inkolo kanye nezentengiselwano?
Ingabe Bewazi?
Ingabe amaJuda aya eJerusalema ngePhentekoste lika-33 C.E. ayevela “kuzo zonke izizwe ngaphansi kwezulu” ngempela? AmaJuda ayeze eJerusalema ayehlala kuphi phakathi nale mikhosi?
Ingabe UPetru WayenguPapa Wokuqala?
UJesu wayesho ukuthini lapho ethi: “Wena unguPetru; phezu kwaleli dwala ngiyakulakha ibandla lami”?
IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI BALO MAGAZINI
Yini Embi Ngamasiko KaKhisimusi?
Ngisho noma amasiko kaKhisimusi enomsuka wobuqaba, ingabe lokho kufanele kuvimbele umuntu ukuba agubhe lo mkhosi?
Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli
Kungani uNkulunkulu ebamukela abathandi beqiniso?
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Ingabe Isayensi Iyavumelana NeBhayibheli?
Ingabe kukhona amaphutha angokwesayensi eBhayibhelini?