Isiteshi Sokusakaza Se-JW
Isiteshi sokusakaza se-JW sinikeza umndeni izinhlelo ze-TV eziqinisa ukholo. Bukela izinhlelo ezisakazwayo ezenziwe ezindlini zokusaka ze-JW, kanye nama-video athile athathwe engosini ethi jw.org. Bukela esinye seziteshi Ezidlalayo esisakaza ama-video amahora angu-24 ngosuku, noma udlale ama-video owakhethayo nganoma yisiphi isikhathi usebenzisa ingxenye ethi Ama-video Athandwayo. Yiya engxenyeni ethi Okulalelwayo ukuze ulalele izinhlelo ezihlukahlukene ezilalelwayo, ezihlanganisa umculo, amadrama kanye nokufundwa kweBhayibheli okusadrama.
Ngena engosini ethi tv.mt1130.com usebenzisa i-computer, i-tablet noma umakhalekhukhwini wohlobo lwe-smartphone noma ubukele kuyi-TV yakho usebenzisa i-Roku.
Faka Uhlelo Lwe-Computer LweSiteshi Sokusakaza Nge-Roku Se-JW
Landela lezi zinyathelo ukuze ufake uhlelo lwe-computer lweSiteshi Sokusakaza Nge-Roku Se-JW.
Isiteshi Sokusakaza Nge-Roku Se-JW: Bukela Ama-Video Athandwayo Nge-Roku
Thola i-video, lawula ukudlala kwe-video futhi ubukele ama-video amuva aveziwe.
Lalela Izinto Ezilalelwayo Nge-Roku
Lalela olunye lwezinhlelo zezinto ezilalelwayo noma uzilalelele zonke. Lawula indlela ezidlala ngayo.
Imibuzo Evame Ukubuzwa—I-JW Broadcasting (Roku)
Thola izimpendulo zemibuzo evame ukubuzwa.
Imibuzo Evame Ukubuzwa—I-JW Broadcasting (Apple TV)
Thola izimpendulo zemibuzo evame ukubuzwa.
Imibuzo Evame Ukubuzwa—I-JW Broadcasting (Fire TV)
Thola izimpendulo zemibuzo evame ukubuzwa.