Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

JW Broadcasting for Amazon Fire TV

JW Broadcasting for Amazon Fire TV

Isiteshi sokusakaza se-JW sinikeza umndeni izinhlelo ze-TV eziqinisa ukholo. Bukela izinhlelo ezisakazwayo ezenziwe ezindlini zokusaka ze-JW, kanye nama-video athile athathwe engosini ethi jw.org. Bukela esinye seziteshi Ezidlalayo esisakaza ama-video amahora angu-24 ngosuku, noma udlale ama-video owakhethayo nganoma yisiphi isikhathi usebenzisa ingxenye ethi Ama-video Athandwayo. Yiya engxenyeni ethi Okulalelwayo ukuze ulalele izinhlelo ezihlukahlukene ezilalelwayo, ezihlanganisa umculo, amadrama kanye nokufundwa kweBhayibheli okusadrama.

Ngena engosini ethi tv.mt1130.com usebenzisa i-computer, i-tablet noma umakhalekhukhwini wohlobo lwe-smartphone noma ubukele kuyi-TV yakho usebenzisa i-Roku.

KULE NGXENYE

Imibuzo Evame Ukubuzwa​—I-JW Broadcasting (Fire TV)

Thola izimpendulo zemibuzo evame ukubuzwa.